Amadlozi Amakhanda Amalobolo Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Isichitho Izaga Izigodi Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izindlu Izingubo Izinhlanzi Izinhlwathi Izinja Izinkanyezi Izinkomo Izinyanga Izinyoka Izinyoni Izulu Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuthenga Ukuzwa Umoya Umshado Utshani

Amaphupho ngezindonga

Uma uphupha ukuthi ubona izindonga zomuzi wakho kusho okubi ekusaseni lakho. Uma zinopende omanzi kusho ukuthi uzontshontshelwa izinto zakho. Uma uhlukaniswe kumuntu omthandayo yizindonga kusho ukuthi uzoba nobunzima ikakhulukazi uma uzama ukuzigibela izindonga kodwa uhluleka.

Leave a Reply