isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngesigqoko

Uma uphupha ugqoke isigqoko esisha, esisemfashinini kusho inhlanhla. Uma isigqoko sesisidala futhi sigugile lokho kusho ibhadi. Uma kukhona okuntshontshele isigqoko sakho lokho kusho ukuthi kukhona okuzokulahlekela.

7 thoughts on “Amaphupho ngesigqoko”

  1. Ave niyichaza into engazwakali awufunde leyanto oyibhale ngesgqoko kuzwakala imisho emibili bese uyasilahlake

    Reply
    • Lokhu kusho ukulahlekelwa Amandla onawo noma ukuncipha kwawo. Kubalulekile ukuba uqaphele lowo osuke ekugunda izinwele Kanye nendawo osuke ukuyo, ngoba lawo mandla usuke uzowalahlekelwa ngenxa yakhe nakuyo leyondawo osuke ukuyo.

      Cofa lapha ukuthola incazelo ethexaxa https://iafrika.org/amaphupho-ngezinwele/

      Reply

Leave a Reply