Amaphupho ngesigqoko
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ugqoke isigqoko esisha, esisemfashinini kusho inhlanhla. Uma isigqoko sesisidala futhi sigugile lokho kusho ibhadi. Uma kukhona okuntshontshele isigqoko sakho lokho kusho ukuthi kukhona okuzokulahlekela.