isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

iGwili

Njengabantu abasondelene kakhulu namvelo, izilwane ezithile zasendle zinezincazelo ezithile uma uzibona noma ngithi nje kunezinkolelo ezithile ngazo. Isibonelo nje, kunesilwanyana okuthiwa uChakide, esihlala endle esidume kakhulu ngokudla izinkukhu ekhaya ikakhulukazi uma kuwumuzi ongenazinja. Ziningi-ke izinkoleloze mayelana nale silwanyana, abadala bakholelwa ukuthi ukubona uchakide kwesinye isikhathi kubika inhlanhla kuphinde kubike ishwa, ishobolo lokugcina. Kuthiwa uma uhamba … Read more