Amaphupho ngelulwane

Uma uphupha ubona ilulwane kuyishwa ngakho kufuneka uqaphele okwesikhashana. Ilulwane yisilwane esimbaxambili, sakheke saba nomzimba wenyoni kepha ikhanda lingelegundwane. Emaphusheni ilulwane lisho ukubakhona komuntu oyixoki ngobumbaxambili kuwena nasetheni zakho. Lomuntu uba muhle uma ephambi kobuso bakho kepha uyingozi ngemva kwakho. Angeke kwambuleleke ukuthi umazi lowomuntu ngokwephupho, kodwa okuyaye kubaluleke yindawo osuke ukuyo wena ophuphayo okuyiyona engakwenza ukuthi umazi loyomuntu, lokhu phela kwenziwa wukuthi yiyona indawo leyo evela ephusheni okuyiyona ngemvamisa ekuhlanganisayo nalowo muntu owumbaxambili.

14 thoughts on “Amaphupho ngelulwane”

  1. Kuchazani ukuphupha omalulwani ? Ngiphuphe endlini lapha engihlala khon kulabomalulwane Yaz belokhu bephapha ngibatshaya bengafuni ukuphuma then ngabona abanye ngibatshaya from ku ceiling besiwa bewela phezu kombheda kodwa kungani sebefile then lowu omunye waphapha ulokhu ubaleka

    Reply
  2. Ngihlezi ngiphupha igundwane eli grey eli ncane ku chaza ukuthini loko? Oko ku qala ngili phuphe estradeni okwesibili ngali phupha li ngena endlini then nga li phupha lizi hambela nje ngaphandle

    Reply
    • Ngiwa phuphile futhi ama gundwane bengi hleli no munye umuntu wesilisa engenga lala naye. Ephuphweni beka funa siyenze ucantsi nga hala ngamutshela ukuthi ngihlushwa ama gundwane endlini ngicela angi bulalele wona manje bewa maningi ama ncane a busy eDinning room elinye la kuphuka ezinceni zami ngase ngili pressela ebodweni ngizinca zami lafa nga busy ngimutshela lo bhuti ukuthi nali emuva kwami libulale then wali thatha sengili bulele wali beka iToilet seat mangithi ngiyali flusha ingane yami yase ikhala ngavuka ya phinde ya lala ku caza ukuthini loku?

      Reply
  3. Mina ngiphuphe umamo mncane wam ekhuoha ilulwana ekhaya kepha emana ngoyizisa lapha kimi ebusweni konke lokhu kwehla ekhaya emini

    Reply
  4. Ngicela ukwa ngiphuphe iphupho amalulwane avule amehlo emini engibuka asezitebhisini manjeangikhuphuka ngifuna ukuhamba mangiya kwa right n left ayangakhona bengisaba ukuwanyathela . ngize ngakhala ephusheni ngavuswa Aunty

    Reply

Leave a Reply