Uma uphupha ubona amagundane kusho ukuthi kunenkinga eza ngakuwena. Abanye abantu baphokophelele ukukuchitha nazozonke izinto ozisebenzele kanzima.
Uma uphupha ubona amagundane kuyinhlanhla kuphela uma emhlophe. Ngale kwalokho kusho ukuthi abantu bazokukhaphela.
Mina angilalanga ngiphuphe ngizala amagundane amabili cela ncazelo oyaziyo please
AYBO nami cela uncedo bo ngiphuphe ngishaya igundane lafa lopha igazi eliningi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngegazi nokopha
Kuchazanj ukuphupha uhamba nge wheelchairbabo
Kuchazani ukuphupha ubulala amagundwane
Uma uphupha ubona amagundane kusho ukuthi kunenkinga eza ngakuwena. Abanye abantu baphokophelele ukukuchitha nazozonke izinto ozisebenzele kanzima.
Kuchazani uma uphupha ubulala amagundane
Namii ngifisa impendulo ngiphuphe ngiwabulala amagundwane emaningie
I wish you got tht answer even me last night I dream about that ngibulala amagundwane