Amaphupho ngamagundwane

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha amagundwane kungasho ukuthi uzongenelwa izigebengu noma kunesifo esingahle sivele emndenini. Ukuphupha ubulala igundwane kungasho ukuthi uzoba namaqhinga okunqoba ubunzima obhekene nabo. Futhi kungasho ukuthi uzophumelela unqobe izitha nezinqinamba empilweni. Ukuphupha igundane elimhlophe kungasho ukuthi unenhlanhla yemali, yebhizinisi noma yomsebenzi. Ukuphupha ubamba igundwane lokho kungasho ukuthi uzothola into eligugu noma uzowina uma ungumuntu ogembulayo. Uma … Read more