Uma uphupha ukuthi ubona noma unuka umchamo noma indle kusho ukuthi kukhona okuthakathile. Uma kunuka kabi kakhulu kusho ukuthi ukuthakatheka kuyasebenza ngempela. Udinga ukubona umelaphi ukuze uthole usizo.
Uma uphupha ukuthi ubona noma unuka umchamo noma indle kusho ukuthi kukhona okuthakathile. Uma kunuka kabi kakhulu kusho ukuthi ukuthakatheka kuyasebenza ngempela. Udinga ukubona umelaphi ukuze uthole usizo.
Cela ukubuza kuchaza yini ukuphupha usela umchamo?
Ngcela ukubuza kusho kuthini kuphupha kuhlatshwa izinkomo ezintathu ebomvu ingafuni kufa
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenkomo
Ngyabingelela
Bengisacela ukubuza kuchazani ukuphupha uphethe umchamo ngebhakede engathi uyowuchitha kodwa gcine ngawuchithanga. Okwesibili libuya leliphupho
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ingane yomfana inqunu izikakele inuka kabi kube ngathi ifuna uyigeze
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokubanqunu
Ngicela kubuza kuchazani ukuphupha ushintsha ingane inabukeni ekugcineni lawo masimba usubona asemloyeni uwadlile
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Kusho ukthini ukphupha amagundwane amnyam
Ungafunda kabanzi lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngegundane/
Ukuphupha umchamo umchamo
Kusho ukuthi I ukuphupha njalo undiza unqamula amazwe. Nokuphapha high scholl yakho ungumfundi.
Uma uphupha undiza ngebhanoyi, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngebhanoyi/ Amaphupho ngesikole, nansi incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngesikole/ Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.