Amaphupho ngomchamo nendle
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ukuthi ubona noma unuka umchamo noma indle kusho ukuthi kukhona okuthakathile. Uma kunuka kabi kakhulu kusho ukuthi ukuthakatheka kuyasebenza ngempela. Udinga ukubona umelaphi ukuze uthole usizo.