- Uma uphupha uhamba ngebhanoyi kusho ukuthi uzoya kude empilweni, kodwa uma lishayisa lokho kusho ukuthi uzobhekana nobunzima obuningi nosizi.
- Uma uphupha uphakathi ebhanoyini lihamba kahle nje, lokho kusho impumelelo.
- Uma uphupha uphakathi ebhanoyini kodwa bese liwa, lokho kusho izinkinga ozohlangabezana nazo empilweni
- Uma uphupha ubona ibhanoyi liwa, wena ungekho phakathi, lokho kusho ukuphoxeka okuzoba khona
empilweni.
Ukuphupha ulishayela ibhanoyi kungabe kuchazani?
Uma uphupha uphakathi ebhanoyini lihamba kahle nje, lokho kusho impumelelo.
Thokoza, kuchazani ukuphupha ugibele ibhanoyi bese umshayeli walo ewe kusale nina phezulu?
Thokoza Ma uphupha ibhanoyi lihlala phezu kwendlu linama phoyisa Phakathi kuchazani?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamaphoyisa/
Ukuphupha amabhanoyi amaningi edlula phezu komu wakini.
Nalu olunye ulwazi esinalo uma ephusheni lakho ubabona abanye babashayeli balawomabhanoyi: https://iafrika.org/amaphupho-ngabashayeli-bamabhanoyi/