90 thoughts on “Amaphupho ngokwaliwa”

  1. Sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ujolela umuntu wakho akubambe ujola kodwa angimjoleli nhlobo

    Reply
  2. Sacela ukubuza kuchazani ukuphupha nithandana nomuntu oyedwa ninomuntu wakho, kodwa kube sengathi umuntu wakho uthanda yena kakhulu kunawe.

    Reply
  3. Ngcela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu wakho othandana naye ezombeswa enye intommbi Erika ibhincile nawe umsiza nje ngokuhlela umsebenzi kodwa Uma isisukuma isizombesa uvele umtshele ukuthi anihlukane ngoba usecacisile ukuthi awumenelisi kodwa yena avele aqhubeke ngalona ozomembesa..

    Reply
  4. Sawubona kuchazani ukuphupha ex yakho ilele nodadewenu embhedeni iphupho lifike ikhathi ningi kulelophupho ngiyishaya futhi ?

    Reply
  5. Cela ukubuza ukut kuchazani ukuxabana nomuntu othandana naye nibanga into engekho aqede akwale ethi hlukanani futhi yena kukhona umuntu wakhe amthandayo obuyayo .nawe uvume kut nihlukane ungamcengi

    Reply
  6. Sanibona cela ukubuza kuchazani ukuphupha uhamba nomuntu othandana nye nijabulile nibambene ngezandla,phinde umphuphe nihamba naye ucosha ama disc omculo bese ekuphathela isikhwama owafake kuso.

    Reply
  7. Sanibonani kuchaza ukuthini uma uphupha kufika umuntu wesilisa egqoke izingubo zabantu bomthetho alethe amaphepha ane information ngendoda yakho ukuthi iyaboshiswa ngowesifazane for maintenance igama lakhe uMapule uthi unengane naye, Kodwa lendoda elethe wona lomlayezo ibuye ithi kimi yena ngokubona kwakhe lengane akusiyona yendoda yami

    Reply
  8. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha uvakashe kamunutu othandana naye abantu abadala bakhona bafune ukukubona baze bakubekele nendawo ozohlala kuyona

    Reply
  9. Hello. Ngicela ukubuza ukuthi Kusho ukuthini ukuphupha ngathi usushadile nomuntu wakho,kungathi nisemzini wenu kuqhamuke umuntu weslisa engingamazi atshele umyeni wakho ukuthi uthakathiwe ukuthi umfazi wakhe ashone, kuthi kusenjalo kuqhamuke abesifazane abawu 2 omunye ahambe afike ngasekugcineni phezulu estezi awele phansi. Kungathi lokhu okwenzekalayo ngyakubukela so angazi lowesifazane olimalayo yimina okanye ngomunye engingamazi.

    Reply
  10. Sinibonani, ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha umuntu othandana naye eshada omunye umuntu wena ukhona futhi engakufihleli esho ukuthi vele ebedlala ngawe.

    Reply
  11. Sawubona

    Kusho ukuthini kuphupha ulwa nomnakwenu umshaye ebalekele endodeni yakho, uphinde umphuphe engathi uyashona kodwa indoda isola wena ngokufa kwakhe bese iyakushiya

    Reply
  12. Ngicela ukubuza ukuthi kuchanzani ukufica umuntu othandana naye enentombazane bekusendaweni okungathi ihotela esijwayele ukuya kulona naye ngambingelela waphendula kancane ngamuqinisela izwe waphendula kahle, usisi lona usukumile wahamba, ubhuti yena ubehleka ubala kungathi wenzela ukuthi ngingasusi impi.

    Reply
  13. sawubona kusho ukuthini ukuphupha ufonela umuntu wakho uxolisa for into ongayazi,bese yena anikeze intombi ucingo ukuthi ikhulume nawe..ngyabonga

    Reply
  14. Ngisacela ukubuza ngabe kuchaza ukuthini ukphupha umuntu othandana naye ephethe iskhwama ehamba ethi uyabuya umlinde engabe esabuya

    Reply
  15. Ngicela ukubuza lapha sekukaningi leliphupho lingifikela kuyimanje ngivuswa ilona.
    Ngiphupha sikhuluma nentombi yami ngibuza ngokulala nabanye abafana iphika kodwa njalo igcina ivumile ukuthi ilale noba. Kwenye inkathi umuntu engmaziyo kwenye inkathi umuntu engingamazi. Ngiphupha Ivuma kahle kahle cela ningsize bandla.

    Reply
  16. Hi, ngicela ukubuza ukuthi Uma uphupha umuntu ozwana naye enza ucansi nomunye umuntu kuchaza ukuthini loku

    Reply
  17. Sanibonani, ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye efuna niye ocansini bese wena unqabe uthu kuye ” kumele silinde izinyanga ezintathu seqe ingane” usho as abantu abanosana but usana lungaveli ephushweni???

    Reply
  18. Sanibonani, ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye efuna niye ocansini bese wena unqabe uthu kuye “kumele silinde izinyanga ezintathu seqe ingane” usho as abantu abanosana but usana lungaveli ephushweni????

    Reply
  19. Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha iex yakho kodwa futhi nentombi yakhe naye ikhona ephuphweni kungathi ba happy but wena ephupheni usamfuna abuye but akakubheki uyashalaza. Kuphinde futhi kube ne ex yentombi nayo ifuna nisizane nibahlekanise ephuphweni, niphumelele bahlukane intombi ibuyele kwi ex yayo but wena uex angafuni ukubuyelana nawe.

    Reply
  20. Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho nigeza naye ndawo nihappy nje kodwa empeleleni nixabene anusabhekani.

    Reply
  21. Sanibonani ngabe khusho ukuthini ukuphupha uvakashele isoka lakho bese kuqhamuka umawengane ehamba nengane epika, yamlandela indoda ithi iomchazela esehamba kodwa usisi bengasezwa lutho..Yabuya indoda saqhubeka salala

    Reply
  22. Kusho ukuthini ukuphupha engathi uvakashe Kubo wentombi yakho nihlangane nibaningi kube ngathi ihilizisana nenye intombi bese ikhuth wenziwa ukuthi uthanda nobani ibabale bhambu Kwakho emvakwalokho ubone intombi yakho ihambo nomunye oweslisa Kanti futhi iphethe nengane ongayazi encane

    Reply
  23. Ukuphupha umuntu wakho nibe nixabene engathi nisendlin embhedeni uthi sondela kuye wena awufuni

    Reply
  24. Ukuphupha umuntu wakho nibe nixabene engathi nisendlin embhedeni uthi sondela kuye wena awufuni

    Reply
  25. Ngicela ukuchazelwa iphupho, ngiphuphe umuntu engthandana naye enginika isiphandla engathi sihleli phansi nonkosikazi wakhe.

    Reply
  26. Kisho ukuthini ukuphupua umuntu wakho ethi anidle inyama yenkomo eyosiwe yaqotshwa bese mawuqeda ukudla iqatha uzwe izwi lomuntu abethandana naye ekhuluma ethi uyamukhulula kwizinto azenziwa imina

    Reply
  27. Hello uma uphupha umuntu othandana naye umvakashele kwakhe bese kufika umuntu azwana naye anithole nihlezi aqale alwe nayo indoda ayixoshe… Kube vele mina sengiphumile endlin ngiyahamba avele umfana angilandele athi ku sis sekuyisikhathi ukuthi umazi lo munye.

    Ngicela ukwaz kuchazani.

    Reply
  28. Hello, bendcela ubuza ngeliphupho, kwezinsuku zidlulayo ndihlale ndiphupha ndikwindlu enhle, most of the time ayoyam kodwa kube kubonakala uba ingaba yeyam, ngoku izolo ndiphuphe ndise flatini lam kodwa lilihle ngendlela emangalisayo, kube ngathi lelase sandton xa ndiphuma ngaphandle ndibone ihobe (pigeon) libhabhe lizohlala kum esifubeni ndilithathe. ndicela ucaciselwa ba ngaba lamaphupho anje athetha ukuthini, amanye aye andivakashele ngamaphupho ama india, white people and chinese who are my collegues kukhona i party e officini sonwabile sonke.

    Enkosi

    Reply
    • Konke okuchazayo kubukeka sengathi izinto zihamba kahle, bheka nje lapha ukuthi kuthiwani ngokuphupha abangani (ngoba ukhuluma ngama-colleagues akho nisemaphathini nenwabile): https://iafrika.org/amaphupho-ngabangane/

      Uthi bewazi nje ukuthi kulenkundla sinolwazi olunzulu ngamasiko esintu?

      Siphendula imibuzo esiyehlule abaningi. Ngokwesibonelo, thatha nje isiko lokulobola:
      – Kulotsholelwani?
      – Kulotsholwa ngamalini?
      – Kulotsholwa ngezinkomo ezingaki?
      – Kwenziwani uma kulotsholwa?
      Zonke izimpendulo zilapha: https://iafrika.org/ukulobola-isigaba-emshadweni-wesintu/
      Kulezizinsukwana ezilandelayo nje kuzophuma kuyo lenkundla ulwazi olunzulu mayelana nezinkomo zamalobolo.

      Reply

Leave a Reply