Uma uphupha useduze nomfula kusho inhlanhla kanye nokuchuma uma amanzi ecwebile futhi ezolile kanti ishwa uma amanzi ewudaka futhi eza ngokhahlo. Amanzi eza ngokhahlo angasho futhi ukuthi uzoba nengozi embi kungekudala.
Uma uphupha useduze nomfula kusho inhlanhla kanye nokuchuma uma amanzi ecwebile futhi ezolile kanti ishwa uma amanzi ewudaka futhi eza ngokhahlo. Amanzi eza ngokhahlo angasho futhi ukuthi uzoba nengozi embi kungekudala.
Sawubona msizi wami ngicela ukubuza ngabe kushoni ukuphupha uyotheza kodwa bese kumele uwelele ngaphesheya uyozifuna khona inkuni uwele amanzi ngiyabonga ngisazophendulwa
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngezinkuni/
Ngiphupha ngihamba emgwaqeni ngendlula phezu kwe bhuloho ngishokheke ingithathe lento ingifake emfuleni lomfula amanzi ayaswinga kakhulu kungathi kukhona into ewa roundisayo kanzima ngikhale ngithandaze ngibambele entweni engathi ikhethinesi eli dark brown ngithandaze ngijule igcine isingiyekile. 2. Ngiphuphe ubaba osewashona so ngiphuphe ngisema office akhona ema taxin kuqhamuke omunye ubaba sengathi wasekhabomama kababa athi woza solungisa lezncwaddi zama taxi kababa wami abuze amagama kababangimtshele abhale phansi angene ena office ama taxi bese ngiyahamha ngithi ngisahamba kuqamuke amabhubesi angilume enkabeni elinye belimnyam ngiphaphame kusho?
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Amaphupho ngetekisi
Amaphupho ngomgwaqo
Amaphupho ngomfula
Sawubona, sicela ubheke lapha https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
kuchazani ukuphupha amanzi noma umfula uhlangane nobunye umufula
Saubona, sicela ungene lapha https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Ngisa cela ubuza. Ingaba kuthetha ukuthini uma uphupha i 2 full bloody moon in the sky, bese ngiya jabula ukuzibona ngide ngifune ukuzithatha isthombe kodwa singaveli kahle. Futhi uma ngibonisa laba ngime nabo aba nakile ngeze.
Kusho ukuthini ukuphupha isiziba esicwebile esimhlophe kodwa kulesisiziba kunomuntu oyisihlobosakho sengathi wabulawa waphoswa kulesisiziba kanti futhi sengathi kade kwasanimcinga
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Kusho ukuthin ukuphupha uhamba nomuntu othandana naye, sithe kusa kuhle sihamba kwavele kwaqamuka amanzi engath kuqhume idamu asihlukanisa lamanzi ngthi ngyazama ukuwelela ngakuyena nghluleke ngivinjwe ilamanzi kuzo zonke indlela engthi nghamba ngazo ukuze ngifinyelele kuyena ngivinjwa ilamanzi
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Sanibona
Ngiphuphe umfula omncane engath ngiyawela kuwo emanzini ngabona ufudu oluseluncane kanye neCrocodile nayo futh esencane kuthe sengiwelile iBridge lalimfula ngabona inhlwathi angisakhumbuli ukuth umbala ubunjani kodwa ibixubile so ngibone idla yadla yaze yaqeda maqede yabubula kuthe sengingaphesheya komfula yashintsha yaba umuntu wesilisa okungathi uxubile indian and black ngoba izinwele zakhe bekungath ezekhaladi aike akhulumeke asho ukuth yena ukubani and ya Sacrifice yena and ubheka into azoSacrifice ngayo ayy mase ayingibona ngizama ukuwela umfula athi kimi nalobo ebengihamba nabo ephushweni athi asidlule ngokusheshe angaze ashintshe umqondo uma sesidlulile akhulume yedwa abambe ikhanda athi “ngiyaz kumele ngenzen musani ukungithethisa ngyaz ngidinga iSacrifice iyeza manje “
Ay after that eduze nomfula bekukhona icouple ebebehleli eduze nawo umfula so avele abambe lo owesilisa ambambe emqaleni sakumkinya athi uzoSacrifice ngaye akhale loBhut obanjiwe athi loh munye if angafun kuzomele akhiphe imali engango R300 Thousand so ay thina esiwelile umfula siqale sibaleke safika lah ebesiya khona uma sifika sixoxe into esibonile sithe masibuka emgaqweni nansi lendoda ebibanjiwe emfuleni ihamba ngeTruck namasokisi igcwele udaka notshani emzimbeni nasekhanda
Ngicela kubuza isho ukuthini lento?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamanzi
Sanibona kuchazani ukuphupha Amanzi amnyama
Ukuphupha uyohlola kumthandazi ufike ube ngoyokuqala Uma ebuka lamanzi akho akutshele ukuthi izinto zakho zimbi bobuye ubuye ngizohlola aze angihlebele endlebeni
Cofa lapha ukuthola ulwazi Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Ngyakhuleka🙏
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha amanzi esiziba esikhulu ecwebile ukwazi ukubona into ephakathi ngaphansi kwamanzi
Leyonto yinto yakho yedlozi eyagqashuka eminyakeni eminingi eyedlula ufune kuyithatha kbe khona umuntu othi ngena uyithathe kodwa yinyoka aksiyo lento oyibonayo🙏
Cofa lapha ukuthola ulwazi Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Sanibonani. Ephushweni lami ngike ngama phambi kwajantshi westimela obekumele ngihambele eceleni kwawo ukuze ngihambise izimpahla ezithile ebengiziphethe. Le ndlela ibimufishane futhi ibijikeleza kwintaba ngasecupheleni kwayo, kanye nawo lo jantshi. Ngike ngathi ukuchitha isikhashana esincane ngingenzi lutho ethile. Emva kwalokho lojantshi wamane wagcwala amanzi, kwahamba amanzi phuzu kwawo kwaze kwaba sengathi imfula phezu kwajantshi. Amanzi emahle ekhanya uze ukwazi ukuwubona ujantshi. Ngenkathi lamanzi esethi ukwanda, ngaphambili kwala ngime khona la kuqala khona ujantshi amanzi amane aqhuma ashona phuzulu kamnandi njenge ‘water fountain’ nangaphakathi nendawo aqhuma kanjalo amanzi kwaba kuhle khulu. Kodwa le ndlela ebekumele ngiyihambe iqale yasabisa, ngazizwa sengathi ukuba ngisheshe ngahamba la manzi abezoqhumela kymina noma ngimuke nawo. Kwathi kusenjalo kwamane kwanetha, kwangiphoqa ukuthi ngigijimise lezi mpahla ngenye indlela ebiyinde, ejikeleza yonke intaba enganawo jantshi, enehlathi ebekufanele ngidlule kulo ukuze ngifikele kwindlela yokuhamba. Iphupho liphele ngigijima nzimpahla ngiyodlula kulelohlathi.
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngentaba
Sanibona.
Ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthin ukuphupha amanzi esiziba? Acwebile awahambi umbala wawo ngath a green
Cofa lapha ukuthola incazelo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Ngiphuphe sihamba sibathathu sihamba eduze komfula onamanzi agelezayo acwebile
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngomfula/?highlight=ngomfula
Ukuphupha I bridge ngaphansi kunamanzi angcolile amanzi awudaka ngihamba nengane encane
Ukuphupha amanzi kungachaza izinto eziningi, Cofa lapha ukuthola ulwazi oluthe xaxa ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/