Umlando wakwa Ndlovu Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Abantu bakwaNdlovu baphansi kwabantu ababekhuluma ulimu lwesiNguni olubizwa ngokuthi Sutoid, lokhu okusho ukuthi babengekho ngaphansi kwamaNguni akhuluma isiLala. Lezilimu zombili zihlukene ngendlela ezazikhulunywa ngayo. Lokhu wawukuzwa uma abantu bephimisa amagama bekhuluma. AbakwaNdlovu bahlukene njengoba kukhona abangabeSuthu abango Tlou okusho igama lesilwane indlovu. Bese kuba khona oNdlovu abangamaNguni lapho ke ngoGatsheni, kube noNdlovu-Gabula abangaKalanga, kubeno Ndlovu-Gegana … Read more

Izithakazelo zakwa Ndlovu Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ndlovu,Gatsheni,Boya benyathi, obusonga busombuluka,Mpongo kaZingelwayo,Nina bakwaNdlovuzidl’ ekhaya, ngokweswel’ abelusi,Zaze zeluswa intombi uDemazane,Nina bakwaKhumbul’ amagwala,Nina bakwaDemazane Ntombazana,Nina bakwaS’hlangu sihle,Mthiyane,Ngokuthiy’ amadoda emazibukweni,Nina bakwaMdubusi!