Mduba
Mlele
Dladlama
Lwandlwe kaluwelwa luwelwa ziNkonjane,
zona ezindiza phezulu
Nina makamaphipha eniphipha ngesidwatshana
abafokazana bephipha ngesihlangwana
Mwelase
Khabamkhonto
Izithakazelo zakwa Mduba Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
