isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Nkala

Mfuphe!
Mphanjane,
Mlotshwa!
Vumisa,
Mpandane,
Jol’ inkomo
Sitsha esidlela intwezimnandi amasi nenyama.
Fohlo, owafohloza amathambo engwenya.
Mahl’egezile ngoba uthanda ubuhle.
Nondlomo akadliwa udliwa abamthandayo.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply