Makhanya,
Mnguni,
Yeyeye,
Gumede,
Qwabe,
Phakathwayo,
Khuzwayo,
Maphithini,
Mpangazitha,
Duze kaMnengwa, Gcwabaza,
Thusi, Lingela
Zukezela, Makhutha
Mfene,
Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama,
Wakhanyisa ngothi lomshanelo kwaze kwasa luvutha, MAKHANYA!
Izithakazelo zakwa Makhanya Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso