Izithakazelo zakwaThusi

Thusi
Mlotshwa,
Sishange,
Ndlebenkomo,
Bhulekuphangweni,
Makhanya,
Gcwabaza,
Nondlela,
Msuthu,
Ndandali,
Ntamonde,
Khambule,
Ndlandla,
Vunisa,
Zindela,
Manyoni,
Mbuyisa,
Mzilankatha,
Mshazi,
Mlambo,
Mabhedla,
Vunisa,
Inina enehla ngomzungulu niphuma empumalanga umzungulu wasala wabola, Sbumbu setshwele eligulayo,
Madla umchamo wenja
Manyosi sofakaza

Tags
AbaseMbo Buthelezi Gumbi Gumede Gwala Izibongo Izigodi Langa Magwaza Manqele Masuku Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Ndwandwe Nene Ngcobo Ngema Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Qwabe Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

21 thoughts on “Izithakazelo zakwaThusi”

  1. Mina ngingu Thusi, Mwelase, soMfene, Makhwaphunani, Inyoka eyakhwela emthini ingenanyawo, amathusi awela uThukela lugcwele… Ngizalwa Indoda eyashaya indlovu ngesibhakela yabuya neziswana zayo. Impande ikwamhlaba uyalingana.

    Reply
  2. Kuyezwakala kodwabbengicela ungenelele la kuThusi NoMakhanya ukuze kuqonde uMlando.

    Reply

Leave a Reply