Izithakazelo zakwa Mlotha Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mlotha!
Nyoka!
Gasa,
Sihlahla somyezane esamila enkundleni okwathi uma kungena ubusika sawohlaka.
Ovale ngamakhanda amadoda!abanye bavale ngezicabha .
Wena ombambo azibalwa.

Leave a Reply