Izithakazelo zakwa Nkutha Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Nkutha!
Ngwede,
Maweza,
Shigane,
Dlanga elidli’mbelezi,
Lathi yinyama,
Mdungindaba kanti isamhlalele,
Ngaphesheya komfula,
Usazovuka ngakusasa abuyele,
Oka sambatha mkhokho njengo bhedu,
Umkhonto oduma njengezulu,
Oka hanga libombu njengengonyama,
Mlangana nawe weme nje,
Wemise okwe nsimangwe ezimehlo abomvu


Leave a Reply