Mthembu,
Mvelase,
Qhudeni,
Owavel’ eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,
Mvelase kaGuda,
Ongawadl’ amathibani,
Angadl’ amathibani indlala ngabe iwile,
Mnisi wemvula ilanga libalele,
Ngoz’ ovel’ eNyandeni,
Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,
Nina baseMlamlankunzi!
Bahlobene yini bakwa Hlabisa nebaka Mthembu
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu:
https://iafrika.org/umlando-wakwa-mthembu-clan-names/
https://iafrika.org/izithakazelo-zakwa-hlabisa-clan-names/
I am very impressed with my izitbakazelo sales Mthembu
Siyabonga sicela ukuqhubeke nokuvakashela ikhasi lethu.
Siyabonga kakhulu
Bridgette Ngcobo
Ngcobo,Fuze fulela njengefu lemvula, oPholoba omashiya,,,mahle engath azoshumayela,osdinane omavela omabhala,,,,ngozipho abanye bebhala ngepensela odambuza osihayo ononuthwa,ongongoma amaqad amakhulu
Izithakazelo zakwa Mthembu
Mvelase,Jama kaMnisi,Mnisi wemvula ilanga libalele,Phewa,myayazi omuhle nezinyawo zakhe,Guda kangoza angwavuma,Ndaba,Qhudeni,mhlakazi nhlansi bayosala becisha abafokazane,wena owathembela enjeni imithi wathi uzosenga ngenhla yezitha nabafokazane,Msunu omayikayika!