Ndaba!
Mwelase,
Mthiyane,
Mhlungu,
Madela,
Dubazane,
Longode,
Wena ongaweli ngazibuko,
Owela ngezimpambosi zomfula,
Masinga asilele,
Mididwa emnyama,
oMalobola mbiza zawo tshani
Nina enilobola ngezenqele abanye belobola ngezomquba.
Wena owasemhlungwini,
Owagaqa wagaqa wathugwazinkomo kanti usegwazumhlana wendoda,
Ahhhhhhh Ndabezitha!!!
Sanibona nami ngingu Ndaba izithakazelo zethu zithi
Ndaba
Mageba
Ndabezitha
Mambakazi
Ethandelwa ngamashongololo
Muz’ongenankomo
Uma bakhona ngicela sihlangane ngi se Gauteng e Katlehong
Siyabonga ukusipha lolu lwazi Ndabezitha
Hi. I heard that my dad’s names go on to say something like Ndaba madela wena owadela inkomo wathenga amadoda. Obiya ngenkomo abanye bebiye nga something, I haven’t heard them in years that’s all that I remember. Can someone please help me get these right please 🙏
Sawubona, nakhu lapho kuvela khona uNdaba, Sibiya ngenkomo abafokazane bebiya ngamaahlahla. Sicela ubheke:
https://iafrika.org/izithakazelo-zakwa-sibiya-clan-names/
oNdaba oSibiya sibiya ngezinkomo bafokazana bebiya ngamahlahla labo oGazu ,Gumede nami ngilowo Ndaba I was looking for them nami indlela ezilandelana ngayo
Sawubona sicela ubheke nazi ezakwaSibiya: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwa-sibiya-clan-names/.
ndaba yisongo gumede kavezi ulwandle awlwelwa lwelwa zinkonjana zonal yiphapha phezulu umdingo bamthathile abakwa phigelwa baglwa humona
Ndaba yisongo vezi Gumede shwili sika malandisa , lwandle aluwelwa liwelwa inkonjana eziphaphazela phezulu,bathi bayayivuma bayivuma ngonyezi ,Nina abakwa mhlabazane omuhle nenhlokwana yakhe.
Can u plz give more of them if u know
Is the anyone who can help me with izithakazelo zakwa Ndaba Tholonje ❤
Is the anyone who can help me with isithakazelo zakwa Ndaba Nyende ,if there is something like that
Ndaba mwelase mhlungu mthiyane angaweli ngazibuko owela ngempambhose zomfulu omabuyisela ngubo zabelungu imbhabala enxho xhoze ematsheni ngokwesabela izinzipho Zayo inkomo eyathwala amanzi ngezimpondo yathi Uma ifika emondlo yawaphala undaba odondoleze ngenhlendla edondolozela amakhosi utshani Bude bukansele Nani mangwane balekani isifikile imhlungu uNdaba wakudala uNdaba uyohlala ekhona.