Ndaba,
Gumede
Sibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla,
Nina bakwankom’isengelwa emaweni,
Ingasengelw’esibayeni akuyon’eyakhona.
Gumede kaNdaba,umanyelela njengentombi iy’esokeni,
Mkhananda owafinyelela kubalondolozi,
Wemuka noGodokazi way’eMfolozi.
UHhiya kwabanani,
Okwaphwekwa esendlini,
Kwaze kwephulwa esendlini,engazange afe ukufudumala,
Mgxebe!
Khathi!
Nina bakaSotobe kaMpangalala!
Hi guys me i am a lost zulu me and my 6 siblings and my father also who has past away in the year 2000 not knowing who he is…so now my older sister is now a sangoma she was on ancesters school trained by ancesters and my grandfather who he is mkhize sibiya that name and surname came from her vision shs told by him because she was using wrong sibongo until he appeard and now she told that she can find the sibiyas in kwazulu natal emakhaya so now we dont know where to begin bcs even my son i told to name him after my grandfather ‘s name and we dont know anything about zulu culture now we gona put tantkraal on our neck and we havent even introduced to our uncesters we dont know which lisiko we gonna use can we please get help from someone who know anything about this hstory…Mkhulu Mkhize Sibiya have lived in Gauteng 70 yrs ago in Kwathema when he gave birth to my father my contacts is 076 792 6113
Cela ukubuza mina eskoleni bahlala bangitjela ukuts ngingu mshangane kanti baka Sibiya bayini kahle kahle
Sawubona, ngolwazi lwethu nomlando wamaZulu abantu bakwaSibiya amaZulu. Uzoqaphela ukuthi uMthaniya lo owagana iNkosi UJama kuze kuzalwe iNkosi uSenzangakhona, wayengowaka Sibiya. Ungafunda kabanzi lapha https://iafrika.org/umlando-wenkosi-usenzangakhona/?highlight=Sibiya
Lmao awulona is ishangane ungumnguni ubaba wakho owakhanda isibongo sakwa sibiya ngu Zingelwayo ka Malandela Mnguni. Amashangane ilaba aba
balekela ushaka nososhangane
Molo Sisi wami.
Kuyaxhomeka ukuthi uzalelwe kweyiphi I province, kodwa umlando singamaZulu.
Nami ngizalelwe empumalanga, before democracy besibizwa ngamashangane naku dompas, kodwa eskolweni sifunda isiZulu
Ulwimi esilikhulumayo laphe Mpumalanga,
IsiSwati. First Language changed before democracy.
Other Language
Shangana
Zulu.
Thanks my Sister
Michael Sibiya
From Mpumalanga. Nkomazi.
0729841431.
Ngyabonga lapho sis Ncamsile ngehubo
Sibiya ngenkomo abafokazana bebiya ngamahlahla
Sanibona boSotobe , can somebody explain the Sibiya’s that are in Mpumalanga and they call themselves aMandebele futhi uma bethakazela bethi “Mswandle”
I have a question is everyone that’s a sibiya zulu? Coz growing up I thought I was zulu but then people told me that sibiyas are shanganes so now I’m really confused 🤞
Sawubona Gumede kaNdaba. oSibiya abangamashangane ilaba ababaleka noSoshangane ngenkathi ebaleka KwaZulu. They are Zulu people, it’s just that bafike eGiyani bakhuluma olunye ulimi
It’s TRUE bafooo
Ngiyabonga Sotobe, manje laba abangamaNdebele abizibiza ngabo “Mswandle” nkwenzekalani ngabo
Amandebele angamanguni asukaa ngesikhathi sezimpi emandulo
am from the Sibiya clan but am from the Ndebele tribe in Mpumalanga
Stop lying, Amazulu are only the once born from Zulu ka Malandela
Mina bengicela owazi ihubo lakwasibiya kungiphatha kabi ukuthi angilazi ngibe nginguSibiya
Umanyelela njengentombi iyesokeni yimi loyo Sotobe elihle
Nina bomnisi wemvula ingasani. Indabuko yethu okanye imvelaphi yethu ilaphi
Why uth singomnis bemvul ?
very proud
Nathi si ‘very proud’ ngo “Sibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla!”. Angithi baxhumene futhi nabakwaGumede? Uke wazibona nje izithakazelo zakwaGumede, bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwagumede/
Cela ukubuza u Gabhuza ka Lubisi isithakazelo sakwa Sibiya naso?
Ngaze ngajabula namhlanje ngokthola izithakazelo zakwaKhathi khona bengazi ukuthi uSibiya noKhathi inteyodwa
Siyanibongela “Nina bakwankom’isengelwa emaweni, ingasengelw’ esibayeni akuyon’eyakhona!”
Ngabe abakwa cbiya indalo yabo usuka keph nezwe ngoba abany ubezwa beth bangam thonga abanye bathi singamashangane
Wow I’m so happy n proud of being intombi yakwa Sibiya intombi enhle, vele thina oSibiya sibahle kumele siziqhenye boSotobe boh
Siyakubongela Sotobe! Ake uzifundele nalu ulwazi esilushicelele ezinsukwaneni, bheka lapha: https://iafrika.org/umembeso-isigaba-emshadweni-wesintu/
Proudly CHIEF SOTOBE
u khathi no sibiya nandisa bazalwa indoda eyodwa ngane zakwethu
Wena we Zulu…Sibiya is my surname
Proudly Sibiya I love my surname
ukhathi yena ngena knjn kusibiya?
Ngiyaziqhenya ngokuba ngowaka Sibiya onkomo zisengelwa emaweni ingaselwa esibayeni akuyona eyakhona Gumede.
I am proud sibiya
proudly Sibiya’s
I’m blessed and proud to be Sibiya for I know that we Sibiya’s we are not poor souls, very business minded and assertive….I am proud of who I am mina Sotobe……ngibuya ngenkomo!
bafowethu ngicela ukubuza ukuthi uSIBIYA noMAPHANGA bayohlobana yini?
wuye kanye umthunzomuhle
wow what a beautiful surname…proudly sibiya woman
I would love to receive Ngcobs clan by email plz , tankx.
wuyekanye sotobe ndaba
Sotobe isthakazelo naso ?
Impela abanye basho njalo ukuthi uSotobe isithakazelo, wena wazi kanjani kanti? Sicobelele phela kuyo lenkundla uma wena kukhona okuhlukile okwaziyo ngoSotobe. Siyalangazelela ukuzwa kuwena.
yebo Nkazimulo uSotobe yiso isithakazelo sakwa Sibiya.
Yebo sisho njalo impela
I’m proud about who I am Sibiya ngenkomo abafokazana bebiya ngamahlahla and I’m proud being Zulu girl and I need to know how this claim came
I would also love to know more about the Sibiya clan.
I rly do love my surname a lot actually im proud of where im coming from ngoba phela nginguye u sibiya
NGYEZWA IMPELA