Izithakazelo zakwa Siwela Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Siwela
Nkosi
Nkonyane yenkosi
Siwela sasemandlovini ezadla ekhaya ngokweswela abelusi
Nina bakabheje eseNgome.
Wena okaMlotshwa kangakanani nasentendeni yesandla uyenela.

Leave a Reply