Ntenga,
Duma, Magagula,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu,
Ngongolozi owaphekwa netshe,
Kwavuthwa lona kuqala,
Thabisa,
Mvenya!
Izithakazelo zakwa Mthombeni Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ngidinga ukwazi ukuthi abakwa mthombeni bahlobana kanjani nabakwa mngomezulu?
How Mthombeni and uMngomezulu connect