Khambule,
Mzilankatha,
Inkatha kayingeni endlini yangena kubola izinkaba zabatwana.
Nina bakaNkomo Zilala uwaca,
Ezamadojeyana zilala amankengana,
Mlotshwa!
Malandeli ilanga umaliyoshona emaNcubeni,
Mpangazitha!
Magasolo.
Izithakazelo zakwa Mncube Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
This is still not Eswatini as you can see it’s not in Siswati