Mbambo
Mageza ngobisi lwenquyabafazi bamanye
amadoda, abafakozana begeza ngamanzi,
Bambo kaludliwa ngabafokazana, ludliwa
umlobokazi,
Mbiko!
Mkhemezeli!
khethwayo!
Jangaza!
Bhubhu kaNdaba,
Goba ngokugoba amadolo!
Mbambo kaLushozi kaMomoyi kaMandlovu.
Zyadida zona lezithakazelo
Mageza ngobisi lwenhlunu ungena masekutheni
Ey mina sengyadideka ngoba ugogo uthi.
SingoMageza ngobis lwenhl….amanz’ehlel esgujin, onqindi kaNtokwane, Mabeka, Goba, Jangase
Kunezithakazelo ezifakwe kambambo engingazazi njengo Mdunge.mina ngazi kuthi singo Mbambo mageza bayisa mancama kancane abanye bencama kakhulu Goba wena owaGoba ubambo sageza ngobisi lweslwane engsaba kusbiza Jangase wena kaMabeka Singo Mageza .
mancama ngancane?
Cela izithakazelo zakwaShangase ngokuphelela kwazo, ayi umlando.
Ngicela ukubuza uphi umangaza ngobisi??