Izithakazelo zakwa Mbambo Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Mbambo Mageza ngobisi lwenquyabafazi bamanye amadoda, abafakozana begeza ngamanzi, Bambo kaludliwa ngabafokazana, ludliwa umlobokazi, Mbiko! Mkhemezeli! khethwayo! Jangaza! Bhubhu kaNdaba, Goba ngokugoba amadolo! Mbambo kaLushozi kaMomoyi kaMandlovu.