Izithakazelo zakwa Mlambo Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mdineka,
Sishange, Maphisa ongaphiswa thuvi, ophiswa ulaka.
Gubhuza, Ndlanzi,
Mlambo omkhulu ongawelwa ‘muntu,
Umawelawela umfula ongawelwa owelwa zinkonjane ngoba zona zindiza phezulu.
Chibi!
Mabhedla!

3 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mlambo Clan Names”

Leave a Reply