Izithakazelo zakwa Mncwango Clan Names

Mncwango!
Dubeni!
Wena owanyela emfuleni wenkosi wathi uyancwanga.
Mpangazitha oziphangayo,
Mzingeli kaMfekaye,
Mncumbatha,
Phakathi wako Nkosi,
Mjaji kaNgotshana,
Makhumbuza uthuli,
Nsiba kaMuntsha.

1 thought on “Izithakazelo zakwa Mncwango Clan Names”

Leave a Reply