Izithakazelo zakwa Mncwango Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Mncwango!Dubeni!Wena owanyela emfuleni wenkosi wathi uyancwanga.Mpangazitha oziphangayo,Mzingeli kaMfekaye,Mncumbatha,Phakathi wako Nkosi,Mjaji kaNgotshana,Makhumbuza uthuli,Nsiba kaMuntsha.