Izithakazelo zakwa Mfeka Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mfeka!
Mnguni,
Mzimela,
Yeyeye,
Thusi,
Jiji,
Mbizeni,
Ntaka,
Sheleza,
Lwandle aluwelwa luwelwa izinkonjane ngoba zona zindiza phezulu,
Nzungane!

11 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mfeka Clan Names”

Leave a Reply