isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Mnguni

Qwabe,
Gumede,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe”,
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi “umlobokazi ubeyethe kayikhuni”,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Mazalankosi
Mpangazitha!

Enye indlela yokuthakazela abakwa Mnguni


Khondlo,
Caluza,
Ndlela,
Bayeni,
Mgcaweni,
Gebashe,
Mzimela,
Mfeka,
Donda,
Maphanga,
Nkundlande,
Mzukase,
Myeni,
Nozulu,
Msiza,
Khuzwayo.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply