Mthalane!
Weza,
Fuzula,
Mngxenge,
Zimbuzi zingena ngamasangosango.
Nyokana eluhlazana umabonwa abulawe njengenyamazane.
Mbulula!
Nkwesheni,
Nomcozama,
Mbonambi.
Izithakazelo zakwa Mthalane Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
