isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Ndwandwe Clan Names

Zwide kaLanga
Ndwandwe, Mkhatshwa
Wena waseGadunkomo
Wena owasezikhotheni ezingakhothi ngamlomo ezikhotha ngomkhonto kaZulu
Nkomo ayihlatshwa uyothi wayihlaba yophe amasi njengombhelebhele
Nkabanhle!
Somaphunga!
Masuku!
Zwangendaba!
Simelane!
Umlando wabantu bakwaNdwandwe unohlonze.

Leave a Reply