Izithakazelo zakwa Shabalala Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mshengu,
Donga lukaMavuso,
Sidwaba silu Thuli,
Ngxabalala,
Chagwe,
Noyaba
Mabhedla
Thapo
Thingisi
Shevi
Bhuqa
Sayiwana
Bhokwe
Samanisi
Mehlwempi
Nkosikayikho
Phikindaba
Magudulela
Sagqubha
Ndleko
Moniwa!

8 thoughts on “Izithakazelo zakwa Shabalala Clan Names”

  1. Ngibona kuvela oShabalala abahlukene. Kukhona uShabalala, bese kubokho no Tshabalala, bese kubakhona no Chabalala, Ngicela incazelo ukuthi bahlhuke ngani and futhi kungani behlukene kanje.

    Reply

Leave a Reply