Izithakazelo zakwa Nkosi Clan Names

Nkosi!
Ndlangamandla!
Nkonyane yenkosi!
Wena okaMphazima kaLanga,
Wena okaMlotswa kangakanani nasentendeni yesandla uyenela.
Nina bakaLanga libomvu wasemaNtungweni owadla umuntu emyenga ngendaba,
Nina bakaSoyidina odine abezizwe nabezizwana.
Mawandla kaNdlovu,
Siwela sasemaNdlovini esadla ekhaya ngokweswela abelusi
Nina bephela enasinela inkondlwane nithi ngamasi
Nina bakaBheje eseNgome!

4 thoughts on “Izithakazelo zakwa Nkosi Clan Names”

  1. Mawuthi (Nina bakaLanga libomvu wasemaNtungweni owadla umuntu emyenga ngendaba) ukhuluma ngoMzilikazi kaMashobane. Futhi angeneme mawuthi (Nina bakaBheje eseNgome!) awenabe uBheje ubani wayefunani eNgome ngoba umuzi wakwaKhumalo lowo.

    Reply
    • Ngokwaz kwam Siwela indodana kamzilikazi, Siwela wazal amantombazan okuylapho amanye agana kaKhumali ukqed ubuhlobo, ngingwakwa Nkosi mina

      Reply

Leave a Reply