Izithakazelo zakwa Mthwane Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mpevu!
Satshwa,
Malandelwa intomb ithi ngizeke ngingenaznkomo.
Malishe,
Njilo,
Ntombi kayeshelwa izizelayona izofuna umendo.
Juta,
Sabelo,
Banginyama,
Fulela wena awathi ngithathe Mthwane ungizeke.

Leave a Reply