Zuma
Nxamalala,
Msholozi,
Mafahleni,
Nina baka Lugaju kaMatomela KaShisa,
Mashingizela ashiye impi yakhe,
Dwala elibushelelezi,
Maphum’ephethe inyama ngala, amasi ngapha nobukhosi amasi ngapha nobukhosi phambili!
Izithakazelo zakwa Zuma Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ngicela izithakazelo zakwaChilliba ziphelele.
Sawubona Anoza, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwa-chiliza-clan-names/
Ngicela izithakazelo zakwa Zantsi ,Enkosi
Ngeshwa asakabi nazo
Can I please have Zuma clan names in full
Helpful
Ngicela izithakazelo zakwa Sibanyoni nemvelaphi yabo nomlando
Ngicela izathakezo nemvelaphi nomlando ka Ngwenya Mntimande
https://iafrika.org/izithakazelo-zakwangwenya/