Izithakazelo zakwa Mavimbela Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mkholo
Onsundu nezinyawo zakhe
Mkhonto ombaxa mbili
Owagwaza kwaManciza nakwa Mncube
Wena owadla amaqaqa namakholwa ngokunukelana

Leave a Reply