Phungula!
Mdlovu!
Mphokwe,
Mahasha ehlangeni,
Makhosi,
Mbangmude,
Mbandlwa,
Nyoni esindwa isisila sayo.
Nkomo edla yodwa uma idla nezinye ziyayiphangela.
Nomasikisiki.
Phungula!
Mdlovu!
Mphokwe,
Mahasha ehlangeni,
Makhosi,
Mbangmude,
Mbandlwa,
Nyoni esindwa isisila sayo.
Nkomo edla yodwa uma idla nezinye ziyayiphangela.
Nomasikisiki.
Thina sizalwa uThamsanqa kaBhekisisa kaMandlenkosi kaDuda kaMkholwa kaMantanya ngoPhungula laba oMdlovu oMbangmude omnandi bengamondi omasikizel inyoni esindwa yisisila sayo omagaduzela onkom idla yodwa ngoba ziyayphangela ezinye, PHUNGULA.
Phungula
Nohashaza inkomo edla yodwa emahlangeni ngoba yesaba ezinye ukuthi zizoyiphangela