Izithakazelo zakwa Madonsela Clan Names

Madonsela!
Mtimande!
Lubambo lunye,
Zingaba mbili ufuze ekhakonina,
Okwathi uMalambule ebanga noMswazi nathi, ” Phambili Malambule!”
Masango makhulu awabantu nawezinkomo.
Nina bakwa Malambule.

3 thoughts on “Izithakazelo zakwa Madonsela Clan Names”

  1. Madonsela Mntimande, Bhambolunye
    Zingabambili zeza nonina
    ekhabonina,gasela gase wena owagasela ngonyama ,Nina ababukhwebelezana

    Reply
  2. Syabingelela bengisacela izithakazelo zakwa Madonsela ngokugcwala,nemvelaphi yabo.Syabonga

    Reply

Leave a Reply