Amaphupho ngokugcaba

Uma uphupha ugcatshwa futhi ukhuhlwa ngomuthi uma ungaguli kungasho ukuthi kunesitha esizama ukukufaka imithi emibi ngaphakathi. Kwesinye isikhathi leli phupho lisuke likuqwashisa ukuthi usukume uthole usizo nemikhuleko ngoba usuke uthunyelwa ngesilwane. Uma uphupha ugcatshwa ube ubanjwe ukugula vele kuwuphawu oluhle, lungasho ukuthi uzolulama noma uzothola usizo oludingayo lokwelashwa. Uma umelaphi okugcabayo umubona kulelophupho kungasho ukuthi … Read more