Ngesi!
Nondaba kaMagoba,
Lawu,
Ndenza,
Lisela.
Enye indlela youthakazela uNgesi
Mpongose onekhala,
Dinwa ukulilelwa,
Xabanisa abantu belungisa,
Usidumo saseNtsingizi emnyama,
Usigwinya mkhonto wendoda nothi lwawo.
Ngesi!
Nondaba kaMagoba,
Lawu,
Ndenza,
Lisela.
Mpongose onekhala,
Dinwa ukulilelwa,
Xabanisa abantu belungisa,
Usidumo saseNtsingizi emnyama,
Usigwinya mkhonto wendoda nothi lwawo.