Izithakazelo zakwa Mbuyisa Clan Names

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Mbuyisa!
Mlotshswa,
Mageza ngobisi abafokazana begeza ngamanzi.
Ntinini akabongwa, ubongwa ngezenzo.
Mcusi,
Manana,
Mgudluli wena owagudlula izintaba.
Xaba,
Mqadi,
Vezelihle,
Sojezela,
Soyiwa.

2 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mbuyisa Clan Names”

Leave a Reply