isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Mqadi

Mqadi,
Mbuyisa,
Hlobose,
Nobekela,
Squng’esihl’engathi sizozalel’ amasakabuli,
Sosingath’ owasingath’ ingwe nengonyama,
Nina enasuk’ enhla nawela iMfolozi eMnyama neBomvu nithwel’ imbewu ngophondo,
Jakaja!

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

3 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mqadi”

  1. ah madoda i love being owakwaMqadi
    Ake ngithi nje ;-
    Mqadi, Mbuyisa, Hlobose, Nobekela,
    Squng’esihl’engathi sizozalel’amasakabuli,
    Sosingath’owasingath’ingwe nengonyama,
    Nina enasuk’enhla nawela imfolozi emnyama nebomvu nithwel’imbewu ngophondo,
    Jakaja!

    Reply

Leave a Reply