Mdunge,
Chiliza,
Mkhathini,
Gasela,
Gogobala,
Ndwalane,
Bombo-Shazi, Zwezwe,
Mvemve,
Mbambo.
Abase koloni bathi: Ndonga, Dledle, Ntsizwana, Gqadushe, Mqokolweni, Ndlambini, Ngqithi, Sodladla,
Shwaku,
Zibulale!
Izithakazelo zakwa Mdunge Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Izithakazelo zakwaShazi zithi Bombo, Zindela, Bhayeka…, kazihlangene nakancane nesibongo noma isithakazelo sakwaMdunge noma Chiliza. Ngicela ukuba nilungise leliphutha engilibona lapha.
Hai Bombo nami angikwazi okusihlanganisa nabakwa Chiliza, lapha ngakithi bayaganana abantu balezibonho zombiliz akukho nobuncane ubuhlibo.
Asethembe kube yiphutha , siyacela likungisekw bakwethu
Ingabe uGwabini ikhona yini uma kuthakazelwa uMdunge?
Kungenzeka
Yebo ngiyazazi
Yebo