Ngema
Mngadi,
Madlokovu,
Ntusi yenkomo,
Nene,
Wena nasentendeni yesandla uyanela,
Muji,
S’thenjwa,
Madlokov’ esengweni,
Sabel’ uyabizw’ eNkonjeni ubizwa ngabamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kwaMalandela,
S’thuli saseNgweni!
Izithakazelo zakwa Ngema Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso