Ndelu!
Madiba!
Dimba!
Duma!
Mseleku!
Phonsel’ obus’ uMajonjobela!
Othunga ligcwala lingethiwanga,
Ligcwala ukuhlakanipha!
Bohlela!
Noncengwa!
Wena owancengwa yizintombi zathi sicela usishade, Blose!
Chobile,
Wena owachoba izintwala zenkosazana.
Shinga,
Akushinganga wena kwashinga isibongo!
Izithakazelo zakwa Blose (Bhulose) Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso