Mbongwa,
Mbuyisa,
Mvelase,
Mbongomuhl’ oselangeni,
Mbongongwemvu emnyama,
Phathwa,
Masongonyane,
Mjoli!
Izithakazelo zakwa Mbongwa Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Mbongwa,
Mbuyisa,
Mvelase,
Mbongomuhl’ oselangeni,
Mbongongwemvu emnyama,
Phathwa,
Masongonyane,
Mjoli!
Mbongwa
Mjoli
Mvemnyama
Nhlanhlathi
Nkom’esengel’emaveni
Abanye besengel’ebayeni
Nina abaka Mlandakazi
Ngicela ezinye futhi 🤣
Ngyabong kakhulu Fthii
Guys I want to know my roats. My surname is Motsamai and I’m the fith(5) generation from Motsamai.Motsamai’s father is Patsa and I don’t know where they were coming from before they satleled here in Lesotho Cana Ha Masopha.What I know is that I’m Mbongkwe of ngusha imnyama
Greetings, kindly state how you would like to be assisted with, specifically. Is it clan names, surname history etc.
Write to me. I know your Mbongwe Famiy vivid history. They are from estcourt pmb, richmond Ixopo portshepstone. I met Jo Mbongwe And His son Nhlanhla Mbongwe Khehla and many other Mbongwes.
Siyabonga ungasibhalela lapha ngokwaziyo.
Sanibona, sicela izithakazelo zakwa Ndlela. Singathokoza uma singathola nomlando.
Siyabonga sicela uqhubeke uvakashele ikhasi lethu.
Kubonga mina ngoba sengazi ngisho izithakazelo zikamama I mean ekhayomama bengingamazi nhlobo nje 🥺💖 💍🥰🌹💕🙏💦