Izithakazelo zakwa Vundla Clan Names

Zulu,
Gigaba,
Nonkosi,
Kunene bezindlovu,
Wena kasilima ngenkuba abafokazane belima ngenkubazane,
Wena mgwazi kaqhaqhazi kuqhaqhaz’ izintuthwane zabelungu,
Wena nkomo ziphusa ubusika nehlobo!

Enye indlela yokuthakazela uVundla

Vundla
Mnguni
Kunene
Wena wase zansi
Wena Lwandle kaliwelwa liwelwa yinkonjane zabelungu
Sgodo esikabha izitho zonina
Ntuthwane yakhuphuka emthini ungena nyawo
Wena mndini odla umkantsha

8 thoughts on “Izithakazelo zakwa Vundla Clan Names”

  1. Isithakazelo sakwa Vundla

    Vundla
    Mnguni
    Kunene
    Wena wase zansi
    Wena Lwandle kaliwelwa liwelwa yinkonjane zabelungu
    Sgodo esikabha izitho zonina
    Ntuthwane yakhuphuka emthini ungena nyawo
    Wena mndini odla umkantsha

    Reply

Leave a Reply